• Contact Number: (033) 264 2500
  • 19 Apr
    2024

UMGUNUNDLOVU DISTRICT PLANTING SEASON ROLL OUT CAMPAIGN 🥦🥬🌽

  • Home
  • News Articles
  • UMGUNUNDLOVU DISTRICT PLANTING SEASON ROLL OUT CAMPAIGN 🥦🥬🌽


  • 14 Nov 2023

UMGUNUNDLOVU DISTRICT PLANTING SEASON ROLL OUT CAMPAIGN 🥦🥬🌽

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, Ezokuvakasha kanye nezokongiwa kweMvelo uMnumzane uSiboniso Duma uzifikele mathupha endaweni yaseMkhambathini kuWadi 7 eze ngohlelo lokulima lwasehlobo.

As the MEC Champion for the Umgungundlovu District the MEC participated in various activities including but not limited to, an oversight visit on a sugarcane field to test out the effectiveness of a irrigation drone and the handing over of farming tools to community members.

Uhlelo lokutshalwa lethulwa uNdunankulu wesifundazwe uNkosikazi Nomusa Dube-Ncube mhla ziwu17 October 2023 endaweni yaseMpendle. The KZN MECs have thus heeded the call by the Premier to ensure that this activity of encouraging farming to grow the economy and feed families is well executed in various districts in the Province.

Ethula inkulumo yakhe yosuku uMnumzane uDuma, wethembisile emphakathini wakuWadi 7 ukuthi uMnotho waKwaZulu-Natali uzokhula undlondlobale ngokuletha izinguquko.