• Contact Number: (033) 264 2500
  • 19 Apr
    2024

UMGUBHO WEMANDELA DAY



  • 18 Jul 2023

UMGUBHO WEMANDELA DAY

uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho ezokuVakasha kanye nokoNgiwa kweMvelo KwaZulu Natali noPhinde abe uMEC champion wesiFunda sase Mgungundlovu namaphetholo uMnz Siboniso Duma ehambisana neMeya yase Mgungundlovu District u Cllr Zuma kanye neMeya yakumaspala waseMsunduzi,Cllr Thebolla.

Bagubhe usuku lweMandela Day ngokuyo khuculula isikole esinzinze eMbali, eMgungundlovu iSukuma Comprehensive School.

UMthombeni uphinde wamemezela ngokusemthethweni ukuthi lesiskolwe uyasi thabatha okungukuthi sesizoba ngaphansi kweso lakhe njengoba siseduze kakhulu kwehliziyo yakhe.