• Contact Number: (033) 264 2500
  • 19 Apr
    2024

OPERATION KHUMBULA EKHAYA



  • 15 Dec 2023

OPERATION KHUMBULA EKHAYA

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMnotho, EzokuVakasha kanye nezokoNgiwa kweMvelo KwaZulu Natali, uMnumzane uSiboniso Duma mhla zingu 15 December 2023, wethule uhlelo lwe-Operation Khumbula Ekhaya.
Lolu uhlelo, uhlelo lweminyaka yonke lapho uMnz Duma esuke evakashela indawo yangakubo eMthwalulume, lapho echitha usuku lonke nabo bonke abantu asebekhulile abakhelele kulendawo, aphinde adlulise nezilokotho zikakhisimuzi.
UMthombeni usuke ephethe izipho ezinhlobonhlobo, ukuqapheleka kakhulu i gilosa asuke eyamukelisa bonke abantu asebekhulile bakulendawo.
Loluhlelo belubunjelwe
enkundleni zemidlalo eMpisane ku Ward 19 eMthwalume.
 
May be an image of 3 people and text