• Contact Number: (033) 264 2500
  • 19 Apr
    2024

GOOD GREEN DEEDS ABAQULUSI MUNICIPALITY



  • 29 Nov 2022

GOOD GREEN DEEDS ABAQULUSI MUNICIPALITY

UNgqonqoshe wezokuthuthukiswa koMnotho, Ezokuvakasha kanye nokoNgiwa kweMvelo uMnumzane uSiboniso Duma ubevakashele umphakathi waseMadampini ngaphansi koMasipala wabaqulusi.

Loluhlelo lweGreen Good Deeds and Clean Up Campaign luwuhlelo lokuqeqesha kanye nokufundisa kabanzi ngovikela iMvelo.

Enkulumweni yakhe uMnumzane uDuma unxenxe umphakathi ukuthi uthintane noMnyango wakwaEDTEA mayelana nezinhlelo zokudayisa imfucuza kanye nokudla abakuvuna ezitshalweni zabo.